403Webshell
Server IP : 64.202.187.69  /  Your IP : 216.73.216.17
Web Server : Apache
System : Linux 69.187.202.64.host.secureserver.net 3.10.0-1160.144.1.el7.tuxcare.els6.x86_64 #1 SMP Fri May 29 16:22:24 UTC 2026 x86_64
User : transmarket ( 1001)
PHP Version : 7.2.34
Disable Function : exec,passthru,shell_exec,system
MySQL : OFF  |  cURL : ON  |  WGET : ON  |  Perl : ON  |  Python : ON  |  Sudo : ON  |  Pkexec : ON
Directory :  /home/transmarket/documents/

Upload File :
current_dir [ Writeable ] document_root [ Writeable ]

 

Command :


[ Back ]     

Current File : /home/transmarket/documents/4_2920_translated.txt
 

PHILA KUZE KUBE

PHAKADE!

ISETHULO SEZIFUNDO ZEBHAYIBHELI
Indlela ongazuza ngayo ngokugcwele
kulezi zifundo zeBhayibheli

Funda noFakazi KaJehova: Cela umuntu okunikeze le ncwajana ukuba afunde nawe
iBhayibheli, noma ufake isicelo sesifundo seBhayibheli kuyiwebusayithi ethi jw.org/zu.

Lingakusiza Kanjani
IBhayibheli?

  

INGXENYE YOKUQALA INGXENYE EPHAKATHI NENDAWO INGXENYE

Funda isigaba ngasinye, Umusho wokugala (C) engxenyeni ethi Funda YOKUGCINA

kanye nemibuzo ebhalwe Okwengeziwe uchaza ukuthi yini ezofundwa. Izihlo- Isifundo siphetha ngengxe-
ngokugqamile (A) nemiBha- kwana (D) zethula amaphuzu abalulekile. Fundani nye ethi Ukubuyekeza nethi
lo (B) egcizelela amaphuzu imiBhalo, niphendule imibuzo nibuke namavidiyo (E). Ufundeni? (H).

abalulekile. Eminye imiBhalo Bukisisa izithombe namagama ahambisana nazo (F), Bhala usuku okugedwe ngalo
ibhalwe ngokuqondile ukuthi bese uyacabanga ukuthi ungaphendula kanjani isifundo. Isihlokwana esithi
kumelwe ifundwe. engxenyeni ethi Abanye Abantu Bathi (G). Umgomo (1) sikunika onga-

kwenza ukuze ughubeke ufu-
nda noma usebenzisa okufu-
ndile.

Esihlokwaneni esithi Hiola
Okwengeziwe (J) kunezinto
ezengeziwe ongazifunda
noma uzibukele.

JOHANE jet

17

ImiBhalo iba nencwadi yeBhayibheli , isahluko ,
nevesi noma amavesi . Ngokwesibonelo, uJohane 17:3 ubhekisela
encwadini kaJohane, isahluko 17, ivesi 3.

 
 

Lingakusiza Kanjani
[Bhayibheli?

Cishe sonke sinemibuzo ephathelene nokuphila, ukuhlupheka, ukufa neku-
sasa. Siyakhathazeka nangezinkinga zosuku nosuku, njengokuthi singayi-
thola kanjani imali eyanele ukuze sithole esikudingayo nokuthi singaba
kanjani nomndeni ojabulayo. Abantu abaningi bathola ukuthi iBhayibheli
aligcini nje ngokuphendula imibuzo ebalulekile yokuphila kodwa libanikeza
neseluleko abangasisebenzisa ekuphileni kwabo. Ucabanga ukuthi iBhayi-
bheli lingasiza wonke umuntu?

1. Imiphi eminye imibuzo iBhayibheli eliyiphendulayo?
|Bhayibheli liphendula le mibuzo ebalulekile: Kwaba khona kanjani ukuphi-
la? Kungani silapha? Kungani abantu abangenacala behlupheka? Kwenze-
kani lapgho umuntu eshona? Uma wonke umuntu efuna kube nokuthula,
kungani kunezimpi ezingaka? Kuzokwenzekani ngomhlaba esikhathini esi-
zayo? |Bhayibheli lisiknuthaza ukuba sizifune izimpendulo zale mibuzo, fu-
thi abantu abaningi bathole ukuthi izimpendulo zalo ziyabanelisa.

2. |Bhayibheli lingasisiza kanjani sikujabulele ukuphila usuku nosuku?

IBhayibheli lisinika iseluleko esihle. Ngokwesibonelo, lifundisa imindeni
ukuthi ingayithola kanjani injabulo yangempela. Lisitshela ukuthi singa-
bhekana kanjani nokucindezeleka nokuthi singakujabulela kanjani ukuse-
benza. Uzothola ukuthi iBhayibheli lifundisani ngalokhu, ufunde nokunye
okuningi njengoba sifunda le ncwadi ndawonye. Uzovuma ukuthi “yonke
imiBhalo [yonke into eseBhayibhelini] . . . iyasiza.”—2 Thimothewu 3:16.

Le newadi ayithathi isikhundla seBhayibheli. Kunalokho, ikukhuthaza
ukuba uzihlolele ngokwakho iBhayibheli. Ngakho, sicela ufunde imiBha-
lo ekulezi zifundo uyiqhathanise nalokho okufundayo.
Funda ukuthi iBhayibheli libasize kanjani-abantu, ukuthi ungakujabulela kanjani
ukulifunda nokuthi kungani kukuhle ukuthola usizo ukuze uliqonde.

 

3. IBhayibheli lingasiqondisa

|Bhayibheli lifana nesibani. Singalisebenzisa ukuze senze izinqumo
ezinhle futhi lingasisiza sazi ukuthi yini ezokwenzeka esikhathini
esizayo.

Fundani iHubo 119:105, bese nixoxa ngale mibuzo:

e UmBhali waleli hubo wayecabangani ngeBhayibheli?
e Uyini owakho umbono ngeBhayibheli?

4. |Bhayibheli lingayiphendula
imibuzo yethu

IVIDIYO: Ungalokothi Omunye wesifazane wathola ukuthi iBhayibheli liyayiphendula imi-
Ulahle Ithemba! buzo eyayisimkhathaze iminyaka eminingi. Dlalani IVIDIYO, bese
(1:48) nixoxa ngemibuzo elandelayo.

e Kule vidiyo yimiphi imibuzo ayenayo lona wesifazane?

e Ukutadisha iBhayibheli kwamsiza kanjani?

IBhayibheli lisikhuthaza ukuba sibuze imibuzo. Fundani uMathewu
7:7, bese nixoxa ngalokhu:

e Yimiphi imibuzo onayo iBhayibheli elingase likwazi
ukuyiphendula?

 
7A 5. Ungakujabulela ukufunda iBhayibheli

Abantu abaningi bayakujabulela ukufunda iBhayibheli futhi

IVIDIVO: Ukufundwa liyabasiza. Dlalani I|VIDIYO, bese nixoxa ngemibuzo elandelayo.

KweBhayibheli (2:05) e Kule vidiyo, abantu abasha babezizwa kanjani ngokufunda?

e Kungani bezizwa ngendlela ehlukile manje ngokufunda iBhayi-
bheli?

IBhayibheli lithi lingasifundisa, lisinikeze induduzo nethemba.
Fundani eyabaseRoma 15:4, bese nixoxa ngalo mbuzo:

e Ingabe uyasithanda isithembiso seBhayibheli senduduzo
nethemba?

 

  

6. Abanye bangasisiza ukuba
siliqonde iBhayibheli

Indoda engumTopiya yayidinga
usizo ukuze iqonde imiBhalo.
Abantu abaningi namuhla
kuyabasiza ukuxoxa ngeBhayibheli
nabanye

Abaningi baye bathola ukuthi ngaphandle kokuzifundela iBhayibheli
bebodwa kuyasiza nokuxoxa ngalo nabanye. Fundani izEnzo 8:26-
31, bese nixoxa ngalo mbuzo:

e Yini engasisiza siqonde iBhayibheli?—Bheka ivesi 30 no-31.

ABANYE ABANTU BATHI: “Ukutadisha iBhayibheli kuwukudlala ngesikhathi.”

e@ Wena ungathini? Kungani ungasho kanjalo?
UKUBUYEKEZA

|Bhayibheli linikeza iseluleko esingasi-
sebenzisa ekuphileni nsuku zonke, li-
phendule imibuzo ebalulekile, lisinike
induduzo nethemba.

Ufundeni?

e Singathola izeluleko ezinjani
eBhayibhelini?

e Yimiphi eminye imibuzo
ephendulwa iBhayibheli?

e Yini ongathanda ukuyifunda
eBhayibhelini?

HLOLA OKWENGEZIWE

 

 

|Bhayibheli linezeluleko esinga-
zisebenzisa namuhla.

“Izimfundiso ZeBhayibheli
—Zinokuhlakanipha Okunga-
phelelwa Isikhathi”
(INqabayokulinda No. 12018)

 

 

Bona ukuthi iBhayibheli layisiza
kanjani indoda eyayihlushwa
ukucindezeleka kusukela ise-
ncane.

Indlela Okwaqala Ngayo
Ukuphila Kwami Okujabulisa-

yo

 

Bhala usuku okugedwe ngalo isifundo

Umgomo

Funda ingxenye yokugqala
yesifundo esilandelayo.

Omunye umgomo:

 

Hlola iseluleko esisebenzayo
iBhayibheli elisinikeza imindeni.
“Izinto Ezingu-12 Ezenza
Imindeni Iphumelele”
(Phaphama! No. 2 2018)

 

 

Thola ukuthi iBhayibheli liwulu-
ngisa kanjani umbono oyiphu-
tha abaningi abanawo ngoku-
thi ubani ngempela obusa izwe.

Kungani Kufanele Utadishe
[Bhayibheli?—Ephelele

Ukuze uthole izinto ozozisebenzisa ESIFUNDWENI 01
ngena kuyiwebusayithi nge-scan noma uvule incwadi ethi
: Phila Kuze Kube Phakade! ku-jw.org/zu

 
 

[IBhayibheli Lisinikeza Ithemba

e

No

Emhlabeni wonke, abantu abaningi babhekene nezinkinga ezibabangela
ukuba badabuke, bakhathazeke noma bezwe ubuhlungu. Wake wabhekana
nesimo esikwenza uzizwe kanjalo? Mhlawumbe kwamanje uphatheke kabi
ngenxa yokugula noma ukushonelwa umuntu omthandayo. Kungenzeka
uyazibuza, ‘Ingabe ukuphila kuyoke kube ngcono?’ |Bhayibheli lisinikeza
impendulo eduduzayo.

- Yiliphi ithemba iBhayibheli elisinikeza lona?

IBhayibheli alichazi nje ukuthi kungani umhlaba ugewele izinkinga, kodwa
lisitshela nangezindaba ezinhle zokuthi lezi zinkinga ezesikhashana futhi
zizophela maduze. Izithembiso zeBhayibheli zingakwenza ‘ube nekusasa
elihle nethemba.’ (Funda uJeremiya 29:11, 12.) Lezo zithembiso zisisiza si-
bhekane nezinkinga esinazo manje, sithole injabulo manje nenjabulo ehlala
njalo esikhathini esizayo.

. [Bhayibheli lithi liyoba njani ikusasa?

IBhayibheli lithi esikhathini esizayo “ukufa ngeke kusaba khona, noma
ukulila noma ukukhala noma ubuhlungu ngeke kusaba khona.” (Funda
isAmbulo 21:4.) Izinkinga ezibangela ukuba abantu baphelelwe yithemba
namuhla ezinjengendlala, ukwenzelela, ukugula nokufa ngeke zisaba kho-
na. IBhayibheli lithembisa ukuthi abantu bayophila phakade emhlabeni oyi-
Pharadesi.

. Ungagqiniseka kanjani ukuthi izithembiso zeBhayibheli ziyofezeka?

Abantu abaningi bayafisa ukuba kwenzeke okuhle kodwa abaginiseki uku-
thi izifiso zabo ziyoke zifezeke. Okuthenjiswa iBhayibheli kuhlukile. Singa-
kwethemba elikushoyo ngokuba ‘sihlole ngokucophelela imiBhalo.’ (IzE-
nzo 17:11) Njengoba utadisha iBhayibheli, uzokwazi ukuzibonela ukuthi
ungakwethemba yini lokho elikushoyo mayelana nekusasa.
 

 

 

FUNDA
OKWENGEZIWE

Hlola ezinye izinto iBhayibheli eli-
thembisa ukuthi zizokwenzeka
esikhathini esizayo. Bona ukuthi
ithemba elinikezwa iBhayibheli liba-
siza kanjani abantu namuhla.

 

4. |Bhayibheli lisithembisa ukuthi
singaphila phakade singabi nazo izinkinga

Bheka lezi zithembiso ezilandelayo eziseBhayibhelini. Yiziphi izithembiso wena
ozithanda kakhulu? Kungani?
Fundani imiBhalo ebekwe eceleni kwalezo zithembiso, bese nixoxa ngale mibuzo:

e Le miBhalo iyakunikeza yini ithemba? Ingawunikeza yini ithemba umndeni
wakho noma abangane bakho?

Zicabange usuphila emhlabeni lapho

KUNGEKHO MUNTU OHLUSHWA WONKE UMUNTU EJABULELA

YILEZI ZINTO .. . LEZI ZINTO...
e ubuhlungu, ukuguga noma ukufa. e ukubona abantu obathandayo bevuswa baphinde
—Isaya 25:8. baphile emhlabeni.—Johane 5:28, 29.

e ukugula noma ukukhubazeka.

—Isaya 33:24: 35:5, 6. e ukuba nempilo enhle nokuba namandla.—Jobe 33:25.

e ukuphathwa ngendlela engenabulu- e ukuba nokudla okwanele, umuzi othokomele nomse-
ngisa.—lsaya 32:16, 17. benzi owanelisayo.—lHubo 72:16; Isaya 65:21, 22.

e ukuhlupheka ngenxa yempi.

—|Hubo 46:9. e ukuba nokuthula kwangempela.—IHubo 37:11.

e ukuhlushwa imicabango noma
izinkumbulo ezizwisa ubuhlungu.
—lIsaya 65:17.

e ukuphila kamnandi phakade.
—IlHubo 37:29.

 

 
   

Em

IVIDIYO: Ngangifuna Ukulwa
Nokungabi Nabulungisa (4:07)

 

5. Ithemba esilinikezwa iBhayibheli
lingawenza umehluko

Abantu abaningi kuyabadumaza kuze ngisho kubathukuthe-
lise ukubona izinkinga ezibazungezile. Abanye baze balwe uku-
ze bazame ukwenza izinto zibe ngcono. Bona ukuthi isithembi-
so seBhayibheli sokuthi izinto zizoba ngcono sibasiza kanjani
abantu manje. Dlalani IlVIDIYO, bese nixoxa ngemibuzo ela-
ndelayo.

e Kule vidiyo yikuphi ukungabi nabulungisa
okwakukhathaza uRafika?

e Nakuba ukungabi nabulungisa ayekubona
kungaphelanga, iBhayibheli lamsiza kanjani?

Ithemba esilinikezwa iBhayibheli ngekusasa lingasisiza silwe
nokudumazeka futhi sibhekane ngokuphumelelayo nezinkinga.
Fundani izAga 17:22 neyabaseRoma 12:12, bese nixoxa ngale
mibuzo:

e Ucabanga ukuthi ithemba eliseBhayibhelini lingenza
ukuphila kwakho kube ngcono manje? Kungani ucabanga
kanjalo?

ABANYE ABANTU BATHI: “Izithembiso zeBhayibheli ngekusasa azilona iqiniso.”

e Kungani ucabanga ukuthi kubalulekile ukuba uzihlolele ngokwakho ukuthi kunjalo yini?
UKUBUYEKEZA

|Bhayibheli lisinikeza ithemba, lisisize
sibhekane nezinkinga ngokusithembi-
sa ukuthi siyojabula esikhathini esi-

zayo.

Ufundeni?

e Kungani abantu bedinga
ithemba?

e Lithini iBhayibheli ngekusasa?

e Ukuba nethemba ngekusasa
kungakusiza kanjani manje?

HLOLA OKWENGEZIWE

 

 

Funda okwengeziwe ngokuthi
ithemba lingakusiza kanjani.

“Yini Ongayenza Uma
Uphathwa Kabi Emsebenzini?”
(Phaphama!, Meyi 8, kk. 11-18,
2004)

 

Thola ukuthi ukuba nethemba
ngekusasa kungabasiza kanja-
ni abanezifo ezingamahlala-
khona.

“Ukuphila Nesifo Esingama-
hlalakhona—Ingabe
IBhayibheli Lingakusiza?”
(isihloko esikuyi-Inthanethi)

 

 

Bhala usuku okugedwe ngalo isifundo

Umgomo

Zijwayelanise nezithembiso
eziseBhayibhelini ngokufunda

amavesi akulesi sifundo.

Omunye umgomo:

 

 

Lapho ubukela le vidiyo yomcu-
lo zicabange wena nomndeni
wakho niphila ePharadesi eli-
thenjiswe iBhayibheli.

Zicabange

 

 

Ukuze uthole izinto ozozisebenzisa ESIFUNDWENI 02,
ngena kuyiwebusayithi nge-scan noma uvule incwadi ethi
: Phila Kuze Kube Phakade! ku-jw.org/zu

Funda indlela ukuphila ko-
muntu owayelwela izinguquko
okwashintsha ngayo lapho efu-
nda ngethemba iBhayibheli eli-
linikezayo ngekusasa.

“Angisenawo Umuzwa
Wokuthi Kumelwe Ngiguqule
Umhlaba’”

(INqabayokulinda, Julayi 1, 2013)
 

Ungalethemba Yini
IBhayibheli?

|Bhayibheli lisithembisa izinto eziningi futhi lisinikeza izeluleko eziningi. Ci-
she uyafuna ukwazi elikufundisayo, kodwa mhlawumbe awufuni ukutha-
theka. Kufanele yini uzethembe izithembiso nezeluleko ezivela encwadini
endala kangaka? Ungakukholwa ngempela yini okushiwo iBhayibheli ngo-
kujabulela ukuphila manje nasesikhathini esizayo? Abantu abaningi baya-
kukholwa. Ake sibone ukuthi ungakukholwa yini nawe.

|Bhayibheli lithi ‘linamazwi eqiniso anembile.’ (UmShumayeli 12:10) Likhu-
luma ngezindaba eziyiqiniso ezenzeka kubantu. (Funda uLuka 1:3; 3:1, 2.)
Abantu abaningi abazi umlando nososayensi baye banikeza ubufakazi bo-
kuthi izinsuku, abantu, izindawo nezenzakalo okukhulunywa ngazo eBhayi-
bhelini kuyiqiniso.

2. Kungani singathi iBhayibheli singalethemba nakuba lilidala?

IBhayibheli liknuluma ngezinto ezazingaziwa ngesikhathi libhalwa. Ngo-
kwesibonelo, likhuluma ngezinto eziphathelene nesayensi. Abantu abani-
ngi babengakukholwa elikushoyo ngesayensi ngesikhathi libhalwa. Nokho,
isayensi yesikhathi sethu iyakufakazela ukuthi lokho elikushoyo kuyiqiniso.
‘Lihlale lithembekile, manje naphakade.’—|Hubo 111:8.

3. Kungani singakwethemba lokho iBhayibheli elithi kuzokwenzeka
esikhathini esizayo?
|Bhayibheli lineziprofetho* ezibikezela “izinto ezingakenziwa.” (Isaya 46:
10) Izinto eziningi elazibikezela zingakenzeki, zenzeka njengoba lalishilo.
Izinto esizibona emhlabeni manje lalizichazile ukuthi ziyokwenzeka. Kulesi
sifundo, sizohlola ezinye zeziprofetho zeBhayibheli. lyamangaza indlela ezi-
gcwaliseka ngayo!

* |ziprofetho ziyimiyalezo evela kuNkulunkulu esitshela ngezinto ezizokwenzeka esikhathini esi-
zayo.

11
 

FUNDA OKWENGEZIWE

Hlola ukuthi isayensi yesikhathi sethu ivumelana kanjani
neBhayibheli, ufunde neziprofetho ezimbalwa ezigcwalisekile.

 

4. Isayensi iyavumelana neBhayibheli

Ezikhathini zakudala abantu babekholelwa ukuthi umhlaba uhleli phezu
kwento ethile. Dlalani lVIDIYO.

Es IVIDIYO: Umhlaba Awuhleli
ee Phezu Kwalutho (1:13)

Phawula lokho okwabhalwa encwadini kaJobe eminyakeni engaba
ngu-3 500 edlule. Fundani uJobe 26:7, bese nixoxa ngalo mbuzo:

e Kungani kumangaza ukuthi leli vesi lasho kudala ukuthi umhlaba
ulenga “phezu kweze”?

Ukuthi imvula yakheka kanjani, kuze kwaqondwa kahle cishe eminyakeni |Bhayibheli liyayichaza indlela
engaba ngu-200 edlule. Kodwa phawula lokho iBhayibheli elakusho emi- eyakheka ngayo imvula
nyakeni engaba ngu-3 500 edlule. Fundani uJobe 36:27, 28, bese nixo-
xa ngale mibuzo:

e Kungani imangaza indlela elula leli vesi elichaza ngayo
ukwakheka kwemvula?

e Le miBhalo oyifundile ikwenza ulethembe nakakhulu yini
iBhayibheli?

  

. 5. IBhayibheli labikezela izinto
Ol ezibalulekile ezaziyokwenzeka
IVIDIYO: IBhayibheli Fundani u-lsaya 44:27-45:2, bese nixoxa ngalo mbuzo:
Labikezela Ukunqotshwa

e Yiziphi izinto iBhayibheli elazibikezela kusasele iminyaka

KweBhabhiloni (0:58) ' IAS
engu-200 kungotshwe iBhabhiloni?

Dlalani IVIDIYO.
Umlando ufakazela ukuthi iNkosi uKoresi yasePheresiya nebutho
layo banqoba idolobha laseBhabhiloni ngo-539 B.C.E.* Baphambu-
kisa umfula owawuvikela leli dolobha. Ngemva kokungena kuleli do-
lobha ngamasango ayeshiywe evuliwe, balingoba bengazange ba-
lwe. Namuhla, nakuba sekwadlula iminyaka engaphezu kuka-2 500,
iBhabhiloni lisengamanxiwa. Manje, ake uhlole lokho okwakubike-
zelwe iBhayibheli.

Fundani u-lsaya 13:19, 20, bese nixoxa ngalo mbuzo:

 

e Sagcwaliseka kanjani lesi siprofetho? : . a :
Amanxiwa eBhabhiloni endaweni

* U-B.C.E. usho ukuthi “Ngaphambi Kwenkathi Evamile,” u-C.E. usho ukuthi eyi-lraq namuhla
“Ngenkathi Evamile.”

 

6. IBhayibheli lazibikezela izinto
esizibonayo namuhla

IBhayibheli libiza isikhathi sethu ngokuthi ‘izinsuku
zokugcina.’ (2 Thimothewu 3:1) Phawula ukuthi iBhayi-
bheli lathi yini ezokwenzeka ezinsukwini zokugcina.

Fundani uMathewu 24:6, 7, bese nixoxa ngalo mbuzo:
e |Bhayibheli lathi kwakuzokwenzekani ezinsukwini
zokugcina?
Fundani eyesi-2 Thimothewu 3:1-5, bese nixoxa
ngale mibuzo:

e |Bhayibheli lathi abantu babeyoziphatha kanjani
ezinsukwini zokugcina?

e Kulezi zinto ezibaliwe, iyiphi oyibonile wena?

 

ABANYE ABANTU BATHI: “IBhayibheli ligcwele izinganekwane.”

e Yini ekwenza uqiniseke wena ukuthi singalethemba iBhayibheli?

13
UKUBUYEKEZA HLOLA OKWENGEZIWE

 

Umlando, isayensi neziprofetho konke
kusiginisekisa ngokuthi singalethe-
mba iBhayibheli.

Ingabe kukhona okushiwo
iBhayibheli okuphambanayo
nesayensi?

“Ingabe Isayensi
lyavumelana NeBhayibheli?”
(isihloko esikuyi-Inthanethi)

Ufundeni?

e Ingabe izindaba eziseBhayibheli-
ni ziyiqiniso ngempela?

e Yiziphi ezinye zezinto isayensi

 

evumelana ngazo neBhayibheli?
Kwathiwa kuyokwenzekani
“ezinsukwini zokugcina”?

“Iziprofetho ZeBhayibheli
Eziyisithupha Ozibona
Zigcwaliseka”
(INqabayokulinda, Meyi 1, 2011)

e Ucabanga ukuthi iBhayibheli liya-
libikezela ikusasa? Kungani usho
kanjalo?

 

Bhala usuku okugedwe ngalo isifundo

 

Funda ukuthi iziprofetho
zeBhayibheli ezimayelana
noMbuso WamaGreki
zagcwaliseka kanjani.
Baqiniswa “IZwi
Eliyisiprofetho”

Umgomo

Ukuze ulethembe nakakhulu
iBhayibheli, funda noma ubu-
kele okukodwa kwalokho oku-
sengxenyeni ethi Hlola Okwe-
ngeziwe.

 

 

Funda indlela iziprofetho ze-
Bhayibheli ezawushintsha nga-
yo umbono womunye umuntu
ngeBhayibheli.
“Ngangizitshela

Ukuthi UNkulunkulu Akekho”
(INqabayokulinda No. 5 2017)

Omunye umgomo: .

 

Ukuze uthole izinto ozozisebenzisa ESIFUNDWENI 03,
ngena kuyiwebusayithi nge-scan noma uvule incwadi ethi
: Phila Kuze Kube Phakade! ku-jw.org/zu

 
Ukuthandile yini okufundile?

Ungathanda yini ukufunda okwengeziwe

eBhayibhelini?

   

ate a

Lokhu bekumane kungamazwibela alokho

ozokuthola encwadini ethi Phila Kuze

PHILA KUZE KUBE

Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli.

Ngeke ukhokhe njengoba ufundiswa,

IZIFUNDO ZEBHAYISHELI
—

nencwadi imahhala. Sizokujabulela
ukufunda nawe, ngesikhathi nasendaweni —_ukuze uthole le newadi futhi ughubeke

ekulungele. ufunda iBhayibheli, sicela uthintane
nomunye woFakazi BakaJehova noma
Kulezi zifundo zeBhayibheli uzofunda ufake isicelo sesifundo seBhayibheli

ngezihloko eziningi ezihlanganisa nezithi:

Siphilelani?

ku-jw.org/zu.

Ungaba kanjani nokuthula?

® Yini engenza imindeni ijabule?

Lokho okuthenjiswa iBhayibheli

ngekusasa

 

Photo Credit: Page 13, Babylon's ruins:
Image © Homo Cosmicos/Shutterstock

Le ncwajana ayidayiswa. llungiselelwe njengengxenye yomsebenzi wokufundisa 
ngeBhayibheli owenziwa emhlabeni wonke
osekelwa ngeminikelo yokuzithandela. Ukuze
unikele, sicela ungene kuyiwebusayithi ethi
donate. jw.org.

Ngaphandle kwalapho kuboniswe ngenye
indlela, izingcaphuno zemiBhalo zithathwe
enguqulweni ethi /Bhayibheli—imiBhalo
Engcwele ebhalwe ngolimi lwanamuhla.

Zonke izincwadi ezishiwo kule ncwajana Abanyathelisi

zinyatheliswa oFakazi BakaJehova. PRINTED BY WATCH TOWER BIBLE AND
. TRACT SOCIETY OF SOUTH AFRICA NPC

Phila Kuze Kube Phakade! 41 Robert Broom Drive East, Rangeview,

—Ilsethulo Sezifundo ZeBhayibheli Krugersdorp, 1739, R.S.A.

Enjoy Life Forever! Made in the Republic of South Africa

—Introductory Bible Lessons
Inyatheliswe NgoJanuwari 2021

Zulu (Hffi-ZU)

© 2021
WATCH TOWER BIBLE AND TRACT SOCIETY
OF PENNSYLVANIA
Kungenzeka yini
uphile phakade?

Ubungathi...

e yebo?
e cha?
e mhlawumbe?

OKUSHIWO IBHAYIBHELI

“Abalungile bayodla ifa lomhlaba, bahlale
kuwo kuze kube phakade.”
—IHUBO 37:29.

LOKHO OKUNGASE KUKUSHO NGAWE

Ungaba nekusasa elihle nelinokuthula
ukanye nomndeni wakho nabangane.
—JEREMIYA 29:11.

Ungajabulela ukuphila, hhayi nje isikhathi
esifushane kodwa phakade.—IHUBO 22:26.

SINGAZIKHOLELWA NGEMPELA YINI
IZITHEMBISO EZISEBHAYIBHELINI?

Yebo! Ukuze ubone ukuthi kungani, hlola
ubufakazi obukulezi zifundo ezintathu
ezikule ncwajana. Zinezihloko ezithi:

 

Lingakusiza Kanjani |Bhayibheli?
IBhayibheli Lisinikeza Ithemba
Ungalethemba Yini IBhayibheli? JW

 

lffi-ZU
210109


Youez - 2016 - github.com/yon3zu
LinuXploit