| Server IP : 64.202.187.69 / Your IP : 216.73.216.17 Web Server : Apache System : Linux 69.187.202.64.host.secureserver.net 3.10.0-1160.144.1.el7.tuxcare.els6.x86_64 #1 SMP Fri May 29 16:22:24 UTC 2026 x86_64 User : transmarket ( 1001) PHP Version : 7.2.34 Disable Function : exec,passthru,shell_exec,system MySQL : OFF | cURL : ON | WGET : ON | Perl : ON | Python : ON | Sudo : ON | Pkexec : ON Directory : /home/transmarket/documents/ |
Upload File : |
PHILA KUZE KUBE PHAKADE! ISETHULO SEZIFUNDO ZEBHAYIBHELI Indlela ongazuza ngayo ngokugcwele kulezi zifundo zeBhayibheli Funda noFakazi KaJehova: Cela umuntu okunikeze le ncwajana ukuba afunde nawe iBhayibheli, noma ufake isicelo sesifundo seBhayibheli kuyiwebusayithi ethi jw.org/zu. Lingakusiza Kanjani IBhayibheli? INGXENYE YOKUQALA INGXENYE EPHAKATHI NENDAWO INGXENYE Funda isigaba ngasinye, Umusho wokugala (C) engxenyeni ethi Funda YOKUGCINA kanye nemibuzo ebhalwe Okwengeziwe uchaza ukuthi yini ezofundwa. Izihlo- Isifundo siphetha ngengxe- ngokugqamile (A) nemiBha- kwana (D) zethula amaphuzu abalulekile. Fundani nye ethi Ukubuyekeza nethi lo (B) egcizelela amaphuzu imiBhalo, niphendule imibuzo nibuke namavidiyo (E). Ufundeni? (H). abalulekile. Eminye imiBhalo Bukisisa izithombe namagama ahambisana nazo (F), Bhala usuku okugedwe ngalo ibhalwe ngokuqondile ukuthi bese uyacabanga ukuthi ungaphendula kanjani isifundo. Isihlokwana esithi kumelwe ifundwe. engxenyeni ethi Abanye Abantu Bathi (G). Umgomo (1) sikunika onga- kwenza ukuze ughubeke ufu- nda noma usebenzisa okufu- ndile. Esihlokwaneni esithi Hiola Okwengeziwe (J) kunezinto ezengeziwe ongazifunda noma uzibukele. JOHANE jet 17 ImiBhalo iba nencwadi yeBhayibheli , isahluko , nevesi noma amavesi . Ngokwesibonelo, uJohane 17:3 ubhekisela encwadini kaJohane, isahluko 17, ivesi 3. Lingakusiza Kanjani [Bhayibheli? Cishe sonke sinemibuzo ephathelene nokuphila, ukuhlupheka, ukufa neku- sasa. Siyakhathazeka nangezinkinga zosuku nosuku, njengokuthi singayi- thola kanjani imali eyanele ukuze sithole esikudingayo nokuthi singaba kanjani nomndeni ojabulayo. Abantu abaningi bathola ukuthi iBhayibheli aligcini nje ngokuphendula imibuzo ebalulekile yokuphila kodwa libanikeza neseluleko abangasisebenzisa ekuphileni kwabo. Ucabanga ukuthi iBhayi- bheli lingasiza wonke umuntu? 1. Imiphi eminye imibuzo iBhayibheli eliyiphendulayo? |Bhayibheli liphendula le mibuzo ebalulekile: Kwaba khona kanjani ukuphi- la? Kungani silapha? Kungani abantu abangenacala behlupheka? Kwenze- kani lapgho umuntu eshona? Uma wonke umuntu efuna kube nokuthula, kungani kunezimpi ezingaka? Kuzokwenzekani ngomhlaba esikhathini esi- zayo? |Bhayibheli lisiknuthaza ukuba sizifune izimpendulo zale mibuzo, fu- thi abantu abaningi bathole ukuthi izimpendulo zalo ziyabanelisa. 2. |Bhayibheli lingasisiza kanjani sikujabulele ukuphila usuku nosuku? IBhayibheli lisinika iseluleko esihle. Ngokwesibonelo, lifundisa imindeni ukuthi ingayithola kanjani injabulo yangempela. Lisitshela ukuthi singa- bhekana kanjani nokucindezeleka nokuthi singakujabulela kanjani ukuse- benza. Uzothola ukuthi iBhayibheli lifundisani ngalokhu, ufunde nokunye okuningi njengoba sifunda le ncwadi ndawonye. Uzovuma ukuthi “yonke imiBhalo [yonke into eseBhayibhelini] . . . iyasiza.”—2 Thimothewu 3:16. Le newadi ayithathi isikhundla seBhayibheli. Kunalokho, ikukhuthaza ukuba uzihlolele ngokwakho iBhayibheli. Ngakho, sicela ufunde imiBha- lo ekulezi zifundo uyiqhathanise nalokho okufundayo. Funda ukuthi iBhayibheli libasize kanjani-abantu, ukuthi ungakujabulela kanjani ukulifunda nokuthi kungani kukuhle ukuthola usizo ukuze uliqonde. 3. IBhayibheli lingasiqondisa |Bhayibheli lifana nesibani. Singalisebenzisa ukuze senze izinqumo ezinhle futhi lingasisiza sazi ukuthi yini ezokwenzeka esikhathini esizayo. Fundani iHubo 119:105, bese nixoxa ngale mibuzo: e UmBhali waleli hubo wayecabangani ngeBhayibheli? e Uyini owakho umbono ngeBhayibheli? 4. |Bhayibheli lingayiphendula imibuzo yethu IVIDIYO: Ungalokothi Omunye wesifazane wathola ukuthi iBhayibheli liyayiphendula imi- Ulahle Ithemba! buzo eyayisimkhathaze iminyaka eminingi. Dlalani IVIDIYO, bese (1:48) nixoxa ngemibuzo elandelayo. e Kule vidiyo yimiphi imibuzo ayenayo lona wesifazane? e Ukutadisha iBhayibheli kwamsiza kanjani? IBhayibheli lisikhuthaza ukuba sibuze imibuzo. Fundani uMathewu 7:7, bese nixoxa ngalokhu: e Yimiphi imibuzo onayo iBhayibheli elingase likwazi ukuyiphendula? 7A 5. Ungakujabulela ukufunda iBhayibheli Abantu abaningi bayakujabulela ukufunda iBhayibheli futhi IVIDIVO: Ukufundwa liyabasiza. Dlalani I|VIDIYO, bese nixoxa ngemibuzo elandelayo. KweBhayibheli (2:05) e Kule vidiyo, abantu abasha babezizwa kanjani ngokufunda? e Kungani bezizwa ngendlela ehlukile manje ngokufunda iBhayi- bheli? IBhayibheli lithi lingasifundisa, lisinikeze induduzo nethemba. Fundani eyabaseRoma 15:4, bese nixoxa ngalo mbuzo: e Ingabe uyasithanda isithembiso seBhayibheli senduduzo nethemba? 6. Abanye bangasisiza ukuba siliqonde iBhayibheli Indoda engumTopiya yayidinga usizo ukuze iqonde imiBhalo. Abantu abaningi namuhla kuyabasiza ukuxoxa ngeBhayibheli nabanye Abaningi baye bathola ukuthi ngaphandle kokuzifundela iBhayibheli bebodwa kuyasiza nokuxoxa ngalo nabanye. Fundani izEnzo 8:26- 31, bese nixoxa ngalo mbuzo: e Yini engasisiza siqonde iBhayibheli?—Bheka ivesi 30 no-31. ABANYE ABANTU BATHI: “Ukutadisha iBhayibheli kuwukudlala ngesikhathi.” e@ Wena ungathini? Kungani ungasho kanjalo? UKUBUYEKEZA |Bhayibheli linikeza iseluleko esingasi- sebenzisa ekuphileni nsuku zonke, li- phendule imibuzo ebalulekile, lisinike induduzo nethemba. Ufundeni? e Singathola izeluleko ezinjani eBhayibhelini? e Yimiphi eminye imibuzo ephendulwa iBhayibheli? e Yini ongathanda ukuyifunda eBhayibhelini? HLOLA OKWENGEZIWE |Bhayibheli linezeluleko esinga- zisebenzisa namuhla. “Izimfundiso ZeBhayibheli —Zinokuhlakanipha Okunga- phelelwa Isikhathi” (INqabayokulinda No. 12018) Bona ukuthi iBhayibheli layisiza kanjani indoda eyayihlushwa ukucindezeleka kusukela ise- ncane. Indlela Okwaqala Ngayo Ukuphila Kwami Okujabulisa- yo Bhala usuku okugedwe ngalo isifundo Umgomo Funda ingxenye yokugqala yesifundo esilandelayo. Omunye umgomo: Hlola iseluleko esisebenzayo iBhayibheli elisinikeza imindeni. “Izinto Ezingu-12 Ezenza Imindeni Iphumelele” (Phaphama! No. 2 2018) Thola ukuthi iBhayibheli liwulu- ngisa kanjani umbono oyiphu- tha abaningi abanawo ngoku- thi ubani ngempela obusa izwe. Kungani Kufanele Utadishe [Bhayibheli?—Ephelele Ukuze uthole izinto ozozisebenzisa ESIFUNDWENI 01 ngena kuyiwebusayithi nge-scan noma uvule incwadi ethi : Phila Kuze Kube Phakade! ku-jw.org/zu [IBhayibheli Lisinikeza Ithemba e No Emhlabeni wonke, abantu abaningi babhekene nezinkinga ezibabangela ukuba badabuke, bakhathazeke noma bezwe ubuhlungu. Wake wabhekana nesimo esikwenza uzizwe kanjalo? Mhlawumbe kwamanje uphatheke kabi ngenxa yokugula noma ukushonelwa umuntu omthandayo. Kungenzeka uyazibuza, ‘Ingabe ukuphila kuyoke kube ngcono?’ |Bhayibheli lisinikeza impendulo eduduzayo. - Yiliphi ithemba iBhayibheli elisinikeza lona? IBhayibheli alichazi nje ukuthi kungani umhlaba ugewele izinkinga, kodwa lisitshela nangezindaba ezinhle zokuthi lezi zinkinga ezesikhashana futhi zizophela maduze. Izithembiso zeBhayibheli zingakwenza ‘ube nekusasa elihle nethemba.’ (Funda uJeremiya 29:11, 12.) Lezo zithembiso zisisiza si- bhekane nezinkinga esinazo manje, sithole injabulo manje nenjabulo ehlala njalo esikhathini esizayo. . [Bhayibheli lithi liyoba njani ikusasa? IBhayibheli lithi esikhathini esizayo “ukufa ngeke kusaba khona, noma ukulila noma ukukhala noma ubuhlungu ngeke kusaba khona.” (Funda isAmbulo 21:4.) Izinkinga ezibangela ukuba abantu baphelelwe yithemba namuhla ezinjengendlala, ukwenzelela, ukugula nokufa ngeke zisaba kho- na. IBhayibheli lithembisa ukuthi abantu bayophila phakade emhlabeni oyi- Pharadesi. . Ungagqiniseka kanjani ukuthi izithembiso zeBhayibheli ziyofezeka? Abantu abaningi bayafisa ukuba kwenzeke okuhle kodwa abaginiseki uku- thi izifiso zabo ziyoke zifezeke. Okuthenjiswa iBhayibheli kuhlukile. Singa- kwethemba elikushoyo ngokuba ‘sihlole ngokucophelela imiBhalo.’ (IzE- nzo 17:11) Njengoba utadisha iBhayibheli, uzokwazi ukuzibonela ukuthi ungakwethemba yini lokho elikushoyo mayelana nekusasa. FUNDA OKWENGEZIWE Hlola ezinye izinto iBhayibheli eli- thembisa ukuthi zizokwenzeka esikhathini esizayo. Bona ukuthi ithemba elinikezwa iBhayibheli liba- siza kanjani abantu namuhla. 4. |Bhayibheli lisithembisa ukuthi singaphila phakade singabi nazo izinkinga Bheka lezi zithembiso ezilandelayo eziseBhayibhelini. Yiziphi izithembiso wena ozithanda kakhulu? Kungani? Fundani imiBhalo ebekwe eceleni kwalezo zithembiso, bese nixoxa ngale mibuzo: e Le miBhalo iyakunikeza yini ithemba? Ingawunikeza yini ithemba umndeni wakho noma abangane bakho? Zicabange usuphila emhlabeni lapho KUNGEKHO MUNTU OHLUSHWA WONKE UMUNTU EJABULELA YILEZI ZINTO .. . LEZI ZINTO... e ubuhlungu, ukuguga noma ukufa. e ukubona abantu obathandayo bevuswa baphinde —Isaya 25:8. baphile emhlabeni.—Johane 5:28, 29. e ukugula noma ukukhubazeka. —Isaya 33:24: 35:5, 6. e ukuba nempilo enhle nokuba namandla.—Jobe 33:25. e ukuphathwa ngendlela engenabulu- e ukuba nokudla okwanele, umuzi othokomele nomse- ngisa.—lsaya 32:16, 17. benzi owanelisayo.—lHubo 72:16; Isaya 65:21, 22. e ukuhlupheka ngenxa yempi. —|Hubo 46:9. e ukuba nokuthula kwangempela.—IHubo 37:11. e ukuhlushwa imicabango noma izinkumbulo ezizwisa ubuhlungu. —lIsaya 65:17. e ukuphila kamnandi phakade. —IlHubo 37:29. Em IVIDIYO: Ngangifuna Ukulwa Nokungabi Nabulungisa (4:07) 5. Ithemba esilinikezwa iBhayibheli lingawenza umehluko Abantu abaningi kuyabadumaza kuze ngisho kubathukuthe- lise ukubona izinkinga ezibazungezile. Abanye baze balwe uku- ze bazame ukwenza izinto zibe ngcono. Bona ukuthi isithembi- so seBhayibheli sokuthi izinto zizoba ngcono sibasiza kanjani abantu manje. Dlalani IlVIDIYO, bese nixoxa ngemibuzo ela- ndelayo. e Kule vidiyo yikuphi ukungabi nabulungisa okwakukhathaza uRafika? e Nakuba ukungabi nabulungisa ayekubona kungaphelanga, iBhayibheli lamsiza kanjani? Ithemba esilinikezwa iBhayibheli ngekusasa lingasisiza silwe nokudumazeka futhi sibhekane ngokuphumelelayo nezinkinga. Fundani izAga 17:22 neyabaseRoma 12:12, bese nixoxa ngale mibuzo: e Ucabanga ukuthi ithemba eliseBhayibhelini lingenza ukuphila kwakho kube ngcono manje? Kungani ucabanga kanjalo? ABANYE ABANTU BATHI: “Izithembiso zeBhayibheli ngekusasa azilona iqiniso.” e Kungani ucabanga ukuthi kubalulekile ukuba uzihlolele ngokwakho ukuthi kunjalo yini? UKUBUYEKEZA |Bhayibheli lisinikeza ithemba, lisisize sibhekane nezinkinga ngokusithembi- sa ukuthi siyojabula esikhathini esi- zayo. Ufundeni? e Kungani abantu bedinga ithemba? e Lithini iBhayibheli ngekusasa? e Ukuba nethemba ngekusasa kungakusiza kanjani manje? HLOLA OKWENGEZIWE Funda okwengeziwe ngokuthi ithemba lingakusiza kanjani. “Yini Ongayenza Uma Uphathwa Kabi Emsebenzini?” (Phaphama!, Meyi 8, kk. 11-18, 2004) Thola ukuthi ukuba nethemba ngekusasa kungabasiza kanja- ni abanezifo ezingamahlala- khona. “Ukuphila Nesifo Esingama- hlalakhona—Ingabe IBhayibheli Lingakusiza?” (isihloko esikuyi-Inthanethi) Bhala usuku okugedwe ngalo isifundo Umgomo Zijwayelanise nezithembiso eziseBhayibhelini ngokufunda amavesi akulesi sifundo. Omunye umgomo: Lapho ubukela le vidiyo yomcu- lo zicabange wena nomndeni wakho niphila ePharadesi eli- thenjiswe iBhayibheli. Zicabange Ukuze uthole izinto ozozisebenzisa ESIFUNDWENI 02, ngena kuyiwebusayithi nge-scan noma uvule incwadi ethi : Phila Kuze Kube Phakade! ku-jw.org/zu Funda indlela ukuphila ko- muntu owayelwela izinguquko okwashintsha ngayo lapho efu- nda ngethemba iBhayibheli eli- linikezayo ngekusasa. “Angisenawo Umuzwa Wokuthi Kumelwe Ngiguqule Umhlaba’” (INqabayokulinda, Julayi 1, 2013) Ungalethemba Yini IBhayibheli? |Bhayibheli lisithembisa izinto eziningi futhi lisinikeza izeluleko eziningi. Ci- she uyafuna ukwazi elikufundisayo, kodwa mhlawumbe awufuni ukutha- theka. Kufanele yini uzethembe izithembiso nezeluleko ezivela encwadini endala kangaka? Ungakukholwa ngempela yini okushiwo iBhayibheli ngo- kujabulela ukuphila manje nasesikhathini esizayo? Abantu abaningi baya- kukholwa. Ake sibone ukuthi ungakukholwa yini nawe. |Bhayibheli lithi ‘linamazwi eqiniso anembile.’ (UmShumayeli 12:10) Likhu- luma ngezindaba eziyiqiniso ezenzeka kubantu. (Funda uLuka 1:3; 3:1, 2.) Abantu abaningi abazi umlando nososayensi baye banikeza ubufakazi bo- kuthi izinsuku, abantu, izindawo nezenzakalo okukhulunywa ngazo eBhayi- bhelini kuyiqiniso. 2. Kungani singathi iBhayibheli singalethemba nakuba lilidala? IBhayibheli liknuluma ngezinto ezazingaziwa ngesikhathi libhalwa. Ngo- kwesibonelo, likhuluma ngezinto eziphathelene nesayensi. Abantu abani- ngi babengakukholwa elikushoyo ngesayensi ngesikhathi libhalwa. Nokho, isayensi yesikhathi sethu iyakufakazela ukuthi lokho elikushoyo kuyiqiniso. ‘Lihlale lithembekile, manje naphakade.’—|Hubo 111:8. 3. Kungani singakwethemba lokho iBhayibheli elithi kuzokwenzeka esikhathini esizayo? |Bhayibheli lineziprofetho* ezibikezela “izinto ezingakenziwa.” (Isaya 46: 10) Izinto eziningi elazibikezela zingakenzeki, zenzeka njengoba lalishilo. Izinto esizibona emhlabeni manje lalizichazile ukuthi ziyokwenzeka. Kulesi sifundo, sizohlola ezinye zeziprofetho zeBhayibheli. lyamangaza indlela ezi- gcwaliseka ngayo! * |ziprofetho ziyimiyalezo evela kuNkulunkulu esitshela ngezinto ezizokwenzeka esikhathini esi- zayo. 11 FUNDA OKWENGEZIWE Hlola ukuthi isayensi yesikhathi sethu ivumelana kanjani neBhayibheli, ufunde neziprofetho ezimbalwa ezigcwalisekile. 4. Isayensi iyavumelana neBhayibheli Ezikhathini zakudala abantu babekholelwa ukuthi umhlaba uhleli phezu kwento ethile. Dlalani lVIDIYO. Es IVIDIYO: Umhlaba Awuhleli ee Phezu Kwalutho (1:13) Phawula lokho okwabhalwa encwadini kaJobe eminyakeni engaba ngu-3 500 edlule. Fundani uJobe 26:7, bese nixoxa ngalo mbuzo: e Kungani kumangaza ukuthi leli vesi lasho kudala ukuthi umhlaba ulenga “phezu kweze”? Ukuthi imvula yakheka kanjani, kuze kwaqondwa kahle cishe eminyakeni |Bhayibheli liyayichaza indlela engaba ngu-200 edlule. Kodwa phawula lokho iBhayibheli elakusho emi- eyakheka ngayo imvula nyakeni engaba ngu-3 500 edlule. Fundani uJobe 36:27, 28, bese nixo- xa ngale mibuzo: e Kungani imangaza indlela elula leli vesi elichaza ngayo ukwakheka kwemvula? e Le miBhalo oyifundile ikwenza ulethembe nakakhulu yini iBhayibheli? . 5. IBhayibheli labikezela izinto Ol ezibalulekile ezaziyokwenzeka IVIDIYO: IBhayibheli Fundani u-lsaya 44:27-45:2, bese nixoxa ngalo mbuzo: Labikezela Ukunqotshwa e Yiziphi izinto iBhayibheli elazibikezela kusasele iminyaka KweBhabhiloni (0:58) ' IAS engu-200 kungotshwe iBhabhiloni? Dlalani IVIDIYO. Umlando ufakazela ukuthi iNkosi uKoresi yasePheresiya nebutho layo banqoba idolobha laseBhabhiloni ngo-539 B.C.E.* Baphambu- kisa umfula owawuvikela leli dolobha. Ngemva kokungena kuleli do- lobha ngamasango ayeshiywe evuliwe, balingoba bengazange ba- lwe. Namuhla, nakuba sekwadlula iminyaka engaphezu kuka-2 500, iBhabhiloni lisengamanxiwa. Manje, ake uhlole lokho okwakubike- zelwe iBhayibheli. Fundani u-lsaya 13:19, 20, bese nixoxa ngalo mbuzo: e Sagcwaliseka kanjani lesi siprofetho? : . a : Amanxiwa eBhabhiloni endaweni * U-B.C.E. usho ukuthi “Ngaphambi Kwenkathi Evamile,” u-C.E. usho ukuthi eyi-lraq namuhla “Ngenkathi Evamile.” 6. IBhayibheli lazibikezela izinto esizibonayo namuhla IBhayibheli libiza isikhathi sethu ngokuthi ‘izinsuku zokugcina.’ (2 Thimothewu 3:1) Phawula ukuthi iBhayi- bheli lathi yini ezokwenzeka ezinsukwini zokugcina. Fundani uMathewu 24:6, 7, bese nixoxa ngalo mbuzo: e |Bhayibheli lathi kwakuzokwenzekani ezinsukwini zokugcina? Fundani eyesi-2 Thimothewu 3:1-5, bese nixoxa ngale mibuzo: e |Bhayibheli lathi abantu babeyoziphatha kanjani ezinsukwini zokugcina? e Kulezi zinto ezibaliwe, iyiphi oyibonile wena? ABANYE ABANTU BATHI: “IBhayibheli ligcwele izinganekwane.” e Yini ekwenza uqiniseke wena ukuthi singalethemba iBhayibheli? 13 UKUBUYEKEZA HLOLA OKWENGEZIWE Umlando, isayensi neziprofetho konke kusiginisekisa ngokuthi singalethe- mba iBhayibheli. Ingabe kukhona okushiwo iBhayibheli okuphambanayo nesayensi? “Ingabe Isayensi lyavumelana NeBhayibheli?” (isihloko esikuyi-Inthanethi) Ufundeni? e Ingabe izindaba eziseBhayibheli- ni ziyiqiniso ngempela? e Yiziphi ezinye zezinto isayensi evumelana ngazo neBhayibheli? Kwathiwa kuyokwenzekani “ezinsukwini zokugcina”? “Iziprofetho ZeBhayibheli Eziyisithupha Ozibona Zigcwaliseka” (INqabayokulinda, Meyi 1, 2011) e Ucabanga ukuthi iBhayibheli liya- libikezela ikusasa? Kungani usho kanjalo? Bhala usuku okugedwe ngalo isifundo Funda ukuthi iziprofetho zeBhayibheli ezimayelana noMbuso WamaGreki zagcwaliseka kanjani. Baqiniswa “IZwi Eliyisiprofetho” Umgomo Ukuze ulethembe nakakhulu iBhayibheli, funda noma ubu- kele okukodwa kwalokho oku- sengxenyeni ethi Hlola Okwe- ngeziwe. Funda indlela iziprofetho ze- Bhayibheli ezawushintsha nga- yo umbono womunye umuntu ngeBhayibheli. “Ngangizitshela Ukuthi UNkulunkulu Akekho” (INqabayokulinda No. 5 2017) Omunye umgomo: . Ukuze uthole izinto ozozisebenzisa ESIFUNDWENI 03, ngena kuyiwebusayithi nge-scan noma uvule incwadi ethi : Phila Kuze Kube Phakade! ku-jw.org/zu Ukuthandile yini okufundile? Ungathanda yini ukufunda okwengeziwe eBhayibhelini? ate a Lokhu bekumane kungamazwibela alokho ozokuthola encwadini ethi Phila Kuze PHILA KUZE KUBE Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli. Ngeke ukhokhe njengoba ufundiswa, IZIFUNDO ZEBHAYISHELI — nencwadi imahhala. Sizokujabulela ukufunda nawe, ngesikhathi nasendaweni —_ukuze uthole le newadi futhi ughubeke ekulungele. ufunda iBhayibheli, sicela uthintane nomunye woFakazi BakaJehova noma Kulezi zifundo zeBhayibheli uzofunda ufake isicelo sesifundo seBhayibheli ngezihloko eziningi ezihlanganisa nezithi: Siphilelani? ku-jw.org/zu. Ungaba kanjani nokuthula? ® Yini engenza imindeni ijabule? Lokho okuthenjiswa iBhayibheli ngekusasa Photo Credit: Page 13, Babylon's ruins: Image © Homo Cosmicos/Shutterstock Le ncwajana ayidayiswa. llungiselelwe njengengxenye yomsebenzi wokufundisa ngeBhayibheli owenziwa emhlabeni wonke osekelwa ngeminikelo yokuzithandela. Ukuze unikele, sicela ungene kuyiwebusayithi ethi donate. jw.org. Ngaphandle kwalapho kuboniswe ngenye indlela, izingcaphuno zemiBhalo zithathwe enguqulweni ethi /Bhayibheli—imiBhalo Engcwele ebhalwe ngolimi lwanamuhla. Zonke izincwadi ezishiwo kule ncwajana Abanyathelisi zinyatheliswa oFakazi BakaJehova. PRINTED BY WATCH TOWER BIBLE AND . TRACT SOCIETY OF SOUTH AFRICA NPC Phila Kuze Kube Phakade! 41 Robert Broom Drive East, Rangeview, —Ilsethulo Sezifundo ZeBhayibheli Krugersdorp, 1739, R.S.A. Enjoy Life Forever! Made in the Republic of South Africa —Introductory Bible Lessons Inyatheliswe NgoJanuwari 2021 Zulu (Hffi-ZU) © 2021 WATCH TOWER BIBLE AND TRACT SOCIETY OF PENNSYLVANIA Kungenzeka yini uphile phakade? Ubungathi... e yebo? e cha? e mhlawumbe? OKUSHIWO IBHAYIBHELI “Abalungile bayodla ifa lomhlaba, bahlale kuwo kuze kube phakade.” —IHUBO 37:29. LOKHO OKUNGASE KUKUSHO NGAWE Ungaba nekusasa elihle nelinokuthula ukanye nomndeni wakho nabangane. —JEREMIYA 29:11. Ungajabulela ukuphila, hhayi nje isikhathi esifushane kodwa phakade.—IHUBO 22:26. SINGAZIKHOLELWA NGEMPELA YINI IZITHEMBISO EZISEBHAYIBHELINI? Yebo! Ukuze ubone ukuthi kungani, hlola ubufakazi obukulezi zifundo ezintathu ezikule ncwajana. Zinezihloko ezithi: Lingakusiza Kanjani |Bhayibheli? IBhayibheli Lisinikeza Ithemba Ungalethemba Yini IBhayibheli? JW lffi-ZU 210109